Surprise Me!

LLM Mbatha - [Zulu, inkondlo] Uthando

2014-11-08 5 Dailymotion

Uthando lubopha
Ingqondo kanye nomoya wami ngabhande linye
Lwehlukanisa umzimba wami, nenhliziyo yami
Angikwazi nokucwayiza
Angikwazi nokuphefumula
Angikwazi ngisho nokucabanga
Ngaphandle kokuthi ngicabange ngokumamatheka
Okufana nokwakho
Kodwa ilanga limamatheka
Emqondweni wami nje kuphela
Uyoze uwashanele nini amafu angaphezu
Kwekhanda lami
Ukuze ubuso bami bubenyezele ngokubenyezela
Kwegolide
Okufudumele, okwempela
Ilanga lishise esikhunjeni sami
Ilanga lakho, isikhumba sakho

LLM Mbatha

http://www.poemhunter.com/poem/zulu-inkondlo-uthando/

Buy Now on CodeCanyon